Analysis of Umbuso wezulu ususondele

Sekwanele 2003 (Nongoma)



Kuyobe kuzikhathi zokugcina kulona esiphila kuwu,siyobe sisehydes olindweni sihleli phekwa macala ethu kungekho ngisho icansi lokuhlala

Abantu bayobe becakazekile,amakholwa ecula amaculo anentokozo umdali esehleli esihlalweni esengumahluleli esahlulela ngoba ubemihle engummeli esasimele ezonweni zethu sisadla sanhlamvana kodwa sahluleka ukumbonga

S'libele ukuncoma odarl bethu sikhohlwe ukuncoma umdali wethu lokhu eshilo amakholwa esibuza ethi unalo yin ithikithi lokungena ezulwini sithi bayasikhohlisa kant siyazikhohlisa

Singekho nesikhathi sokuthola ozokukhulumela ngoba asho amakholwa athi ngelinye ilanga uzobawedwa embuzweni ngelinye ilanga uzowuphendula lapho ungenasikhathi sokuphenduka

Lapho incwadi encwele isifundwa phambi kwakho ithi uyathethelelwa owone engazi kunowone azi lendoda kayinandaba nesiqala sakho inendaba nesiphetho sakho sokuth uphethe kanjani,ngale nkondlo ngithi phendukani zidalwa zikankulunkulu

siwele jordan sithola amandla,isikhathi ke kasilindi muntu ngisacela kubuza isikhathi yaz washi lami liyabheda lobu kuwubufakazi bokuthi sikhathi sishiya ngisho iwashi malithithiza

Yenza okwenzayo ukhumbule ukuthi okwenzayo uzenzela wena nasezululwini siyobe sizenzela izinto phenduka mzalwane wami umbuso wezulu usususondele.


Scheme A B C B A C A
Poetic Form
Metre 1111111111111111 1111111111111111111111 1111111111111111111111 111111111111111111 111111111111111111111111111 11011111111111111111111 11111111111111111
Characters 1,265
Words 157
Sentences 1
Stanzas 7
Stanza Lengths 1, 1, 1, 1, 1, 1, 1
Lines Amount 7
Letters per line (avg) 158
Words per line (avg) 21
Letters per stanza (avg) 158
Words per stanza (avg) 21

About this poem

Its about the time we waste without being changed to god it will be procanating time and people must know how god way works

Font size:
 

Written on June 26, 2003

Submitted by zylyseqwanele on September 29, 2022

Modified on March 05, 2023

47 sec read
3

Discuss this Sekwanele poem analysis with the community:

0 Comments

    Citation

    Use the citation below to add this poem analysis to your bibliography:

    Style:MLAChicagoAPA

    "Umbuso wezulu ususondele" Poetry.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 17 May 2024. <https://www.poetry.com/poem-analysis/140413/umbuso-wezulu-ususondele>.

    Become a member!

    Join our community of poets and poetry lovers to share your work and offer feedback and encouragement to writers all over the world!

    May 2024

    Poetry Contest

    Join our monthly contest for an opportunity to win cash prizes and attain global acclaim for your talent.
    14
    days
    18
    hours
    44
    minutes

    Special Program

    Earn Rewards!

    Unlock exciting rewards such as a free mug and free contest pass by commenting on fellow members' poems today!

    Browse Poetry.com

    Quiz

    Are you a poetry master?

    »
    Do not go gentle into that good _______. Rage, rage against the dying of the light
    A day
    B fire
    C end
    D night